topbar16.gif (30909 bytes)








    

UNdlovu

Uthini-ke ngo Langa owayeyinduna enkomponi, ehlale efunda imilayezo evela emakhaya yabo bonke. Wayenolimi oluqosheme kakhulu

e.g. uma kushoniwe uzothi: "Dlamini ufile unyoko"! Zakhala izinsizwa zathi akazame ukuthambisa ulimi.

Esezama-ke ukuba ngcono, wezwakala esethi, "Bonke abanogogo abasukume".

Nangempela basukuma bema ngezinyawo abalishumi. Wabe esethi, "Hlala phansi Ndlovu awusenaye wena ugogo!"



 

 

space

back

home

top
 
Last updated:  23 April 2002
Developed and maintained by:  Khulekani @ 2002
   
Hosted by www.Geocities.ws

1